IBhayibheli ImiBhalo Engcwele Efesu Okuphakathi KWABASE-EFESU UHLU LOKUPHAKATHI 1 Ukubingelela (1, 2) Izibusiso ezingokomoya (3-7) Ukuhlanganisela zonke izinto kuKristu (8-14) ‘Isimiso sokuqondisa izinto’ ngesikhathi esimisiwe (10) Ukubekwa uphawu ngomoya ‘njengesiqinisekiso esinikezwa kusengaphambili’ (13, 14) UPawulu ubonga uNkulunkulu ngokholo lwabase-Efesu futhi uyabathandazela (15-23) 2 Uniphilisile kanye noKristu (1-10) Udonga olwaluhlukanisa luyabhidlizwa (11-22) 3 Imfihlo engcwele izohlanganisa nabantu beZizwe (1-13) Abantu beZizwe bayizindlalifa noKristu (6) Injongo engunaphakade kaNkulunkulu (11) Ukuthandazelwa kwabase-Efesu ukuba bathole ukuqonda (14-21) 4 Ubunye emzimbeni kaKristu (1-16) Izipho ezingabantu (8) Ubuntu obudala nobusha (17-32) 5 Inkulumo nokuziphatha okuhlanzekile (1-5) Hambani njengabantwana bokukhanya (6-14) Gcwaliswani ngomoya (15-20) Sisebenziseni kahle isikhathi senu (16) Iseluleko esiya emadodeni nomkawo (21-33) 6 Iseluleko esiya ezinganeni nakubazali (1-4) Iseluleko esiya ezigqileni nasemakhosini azo (5-9) Zonke izembatho zempi ezivela kuNkulunkulu (10-20) Imikhonzo (21-24)