Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g91 8/22 k. 32
  • Yini OFakazi BakaJehova Abayikholelwayo?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Yini OFakazi BakaJehova Abayikholelwayo?
  • I-Phaphama!—1991
I-Phaphama!—1991
g91 8/22 k. 32

Yini OFakazi BakaJehova Abayikholelwayo?

Abaholi bomphakathi beRoma yekhulu lokuqala leminyaka batshela umphostoli uPawulu ongumKristu: “Sithi kufanele sizwe kuwe okucabangayo, ngokuba siyazi ngalelihlelo ukuthi liyaphikiswa ezindaweni zonke.” (IzEnzo 28:​22) Labobantu babefuna ukuzwa emthonjeni, kunakubagxeki bangaphandle kuphela.

Namuhla, oFakazi BakaJehova nabo ngokuvamile bayagxekwa, futhi bekungaba yiphutha ukulindela ukuzwa iqiniso ngabo emithonjeni enobandlululo. Ngakho siyajabula ngokuhambisa incwajana enamakhasi angu-32 ethi OFakazi BakaJehova Ekhulwini Lamashumi Amabili, echaza izinkolelo kanye nemisebenzi yoFakazi BakaJehova. Uma ufisa ukuzitholela eyakho, siza ugcwalise bese uthumela isigqebhezana esingezansi.

Ngingathanda ukuthola incwajana enamakhasi angu-32 ethi OFakazi BakaJehova Ekhulwini Lamashumi Amabili. (Ngaphandle kweR.S.A., bhalela igatsha leWatch Tower lasendaweni yakini ukuze uthole ukwaziswa. Bheka ikhasi 5.)

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela