Ikhomba Ekusaseni Eliqhakazile
Ubumnyama nokuphelelwa ithemba ngokuvamile kuyizibikezelo zekusasa njengoba izwe libhekana nezikhathi ezinzima njalo. Yeka umbiko ohlukile encwadini entsha ethi Ukulondeka Komhlaba Wonke Ngaphansi ‘KweNkosi Yokuthula’! Omunye umfundi wabhala, “Lapho ngiyivula, amehlo ami agcwala injabulo enkulu. Imifanekiso ishukumisa ingqondo ngendlela enhle kakhulu, futhi yeka indlela umfanekiso wokugcina okuchaza kahle ngayo ukuthula kwendawo yonke.”
Uyaqhubeka: “Inhliziyo yami ichichima injabulo ngalencwadi. Ngangingenakuzibamba ekubeni ngenjabulo ngifundele umyeni wami ngokuzwakalayo izingxenye zayo, futhi manje anginakuyibeka phansi lencwadi encane—enezindaba eZinkulu, kodwa ngiqhubeka ngiphuza kuyo izikhathi eziningi ngangokunokwenzeka phakathi nosuku. Iqabula kakhulu kunomthombo opholile wasentabeni.”
Zitholele eyakho. Ingu-R1,80 kuphela.
Sizani ningithumelele incwadi. enoqwembe oluqinile enamakhasi ayi-192, ethi Ukulondeka Komhlaba Wonke Ngaphansi ‘KweNkosi Yokuthula.’ Ngifaka u-R1,80.