Ungakujabulela Ukuvakashelwa?
Ngisho nakulelizwe elinezinkathazo, ungathola injabulo ngokuba nolwazi lweBhayibheli olunembile ngoNkulunkulu, uMbuso wakhe, nenjongo yakhe emangalisayo ngesintu. Uma ungakujabulela ukuthola ukwaziswa okwengeziwe noma ungathanda ukuba othile afike azokuqhubela isifundo seBhayibheli samahhala, siza ubhalele i-Watch Tower, Private Bag X2067, Krugersdorp, 1740, South Africa, noma ekhelini elifanele ekhasini 2.