Ikhasi 32
◼ Lapho abantu bethandazela ukuba uMbuso kaNkulunkulu uze, basuke becelani ngempela?
IKHASI 5.
◼ Ungafunda kanjani ukucabanga ngaphambi kokuba ukhulume?
IKHASI 10.
◼ Ingabe uNkulunkulu wasebenzisa ukuziphendukela kwemvelo ukuze adale abantu?
IKHASI 14.
◼ Wayengubani u-Eliya, futhi yini esingayifunda kuye namuhla?
IKHASI 18.
◼ Singaqiniseka kanjani ukuthi iziprofetho zeBhayibheli azilotshwanga ngemva kokugcwaliseka kwazo?
IKHASI 22.
◼ Kungani uJehova uNkulunkulu enguBaba ongcono kakhulu esingaba naye?
IKHASI 25.
◼ Ingabe kuyiqiniso ukuthi ababhula ngezinkanyezi baphathela uJesu izipho ngobusuku azalwa ngabo?
IKHASI 31.