Uhlu Lokuphakathi
ISONTO LIKA-APRIL 3-9, 2017
3 Injongo KaJehova Izogcwaliseka!
ISONTO LIKA-APRIL 10-16, 2017
8 Isihlengo ‘Isipho Esiphelele’ Esivela KuBaba
Umhlatshelo wesihlengo sikaKristu ubalulekile okholweni lwethu nasekufezekeni kwenjongo kaJehova yasekuqaleni ngesintu. Lezi zihloko ezimbili zihlola isizathu esenza isihlengo sadingeka, lokho esakufeza nokuthi thina singakubonisa kanjani ukubonga okusuka enhliziyweni ngalesi sipho esingaka sothando esivela kuBaba wethu wasezulwini.
13 Indaba Yokuphila—Sabona Umusa KaNkulunkulu Ongafanelwe Ngezindlela Eziningi
ISONTO LIKA-APRIL 17-23, 2017
ISONTO LIKA-APRIL 24-30, 2017
23 Ubani Ohola Abantu BakaNkulunkulu Namuhla?
Sekuphele izinkulungwane zeminyaka uJehova eqondisa amadoda ukuba ahole. Kungani singaphetha ngokuthi uJehova ebelokhu ewasekela la madoda futhi sazi kanjani ukuthi uyayisekela inceku ethembekileyo neqondayo namuhla? Lezi zihloko zizokhuluma ngezinto ezintathu eziwubufakazi abameleli bakaNkulunkulu ababonakala ngabo.