Uhlu Lokuphakathi
ISONTO LIKA-JULY 3-9, 2017
3 Ukusiza Ababaleki Ukuba ‘Bakhonze UJehova Ngenjabulo’
ISONTO LIKA-JULY 10-16, 2017
Isihloko sokuqala kulezi sikhuluma ngobunzima abafowethu nodadewethu abangababaleki ababhekana nakho futhi siveza nezinto esingazenza ukuze sibasize. Isihloko sesibili sikhuluma ngokuthi ukusebenzisa izimiso zeBhayibheli kungabasiza kanjani abazali abavela kwamanye amazwe benze izinqumo eziyozuzisa izingane zabo.
13 INDABA YOKUPHILA—Ukuba Yisithulu Akungivimbanga Ukuba Ngifundise Abanye
ISONTO LIKA-JULY 17-23, 2017
17 Ungaluvumeli Uthando Lwakho Luphole
ISONTO LIKA-JULY 24-30, 2017
22 “Uyangithanda Na Ngaphezu Kwalezi?”
Kunoma yimuphi umkhulekeli kaJehova ukuphila kulesi simiso sezinto akulula. Lezi zihloko zibonisa indlela engasilwisana ngayo nomoya waleli zwe wobugovu ngokuhlale sithanda uJehova, iqiniso leBhayibheli nabafowethu. Lezi zihloko zikhuluma nangokuthi singamthanda kanjani uKristu kunezinto zaleli zwe.
27 Indlela UGayu Asiza Ngayo Abafowabo