Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w17 Julayi k. 2
  • Okuphakathi

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Okuphakathi
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2017 (Efundwayo)
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2017 (Efundwayo)
w17 Julayi k. 2

Okuphakathi

3 Bazinikela Ngokuzithandela​—ETurkey

ISONTO LIKA-AGASTI 28, 2017–SEPTHEMBA 3, 2017

7 Funani Ingcebo Yangempela

Lesi sihloko sikhuluma ngokuthi singazisebenzisa kanjani izinto esinazo ukuze ‘sizenzele abangane’ ezulwini. (Luka 16:9) Sikhuluma nangokuthi singakugwema kanjani ukuba yizigqila zemali, sikhonze uJehova kangcono.

ISONTO LIKA-SEPTHEMBA 4-10, 2017

12 “Khalani Nabakhalayo”

UmKristu angabhekana kanjani nokushonelwa umuntu amthandayo? UJehova usiduduza ngoJesu Kristu, imiBhalo nangebandla lobuKristu. Lesi sihloko sizobonisa ukuthi singayithola kanjani induduzo nokuthi singabaduduza kanjani abanye abashonelwe.

ISONTO LIKA-SEPTHEMBA 11-17, 2017

17 Kungani Kufanele ‘Sidumise UJah’?

Incwadi yeHubo 147 ibakhuthaza ngokuphindaphindiwe abantu bakaNkulunkulu ukuba badumise uJehova. Yini le enkulu kangaka ngoJehova eyenza umhubi aze afune ukuba uNkulunkulu adunyiswe? Lesi sihloko siyachaza, sibonisa nokuthi kungani kufanele sibe nesifiso esifanayo sokudumisa uNkulunkulu.

ISONTO LIKA-SEPTHEMBA 18-24, 2017

22 Kwangathi Angayibusisa Imigomo Yakho

Ngentshiseko intsha eningi ingenela inkonzo yesikhathi esigcwele. Ungathanda nawe ukuyingenela le nkonzo? Lesi sihloko sinikeza iseluleko esiseBhayibhelini esizokusiza ulungiselele ikusasa eliqhakazile elizokwenza ujabule.

27 Ungakhohliswa Izinkulumo Ezingamanga

31 Imibuzo Evela Kubafundi

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela