Okuphakathi
ISONTO LIKA-EPHRELI 2-8, 2018
3 Lingisa Ukholo Nokulalela KukaNowa, UDaniyeli NoJobe
ISONTO LIKA-EPHRELI 9-15, 2018
8 Ingabe UJehova Umazi NjengoNowa, UDaniyeli NoJobe?
UNowa, uDaniyeli noJobe babhekana nezinkinga eziningi esibhekana nazo namuhla. Yini eyabasiza baqhubeka benokholo futhi belalela? Yini eyabenza basondelana kangaka noJehova kangangokuthi ayikho into eyayingaphula ubuqotho babo? Lezi zihloko ezimbili zizophendula le mibuzo.
13 Indaba Yokuphila—Zonke Izinto Zingenzeka Ngosizo LukaJehova
ISONTO LIKA-EPHRELI 16-22, 2018
18 Kusho Ukuthini Ukuba Umuntu Ongokomoya?
ISONTO LIKA-EPHRELI 23-29, 2018
23 Thuthuka Njengomuntu Ongokomoya!
Esihlokweni sokuqala kulezi ezimbili, sizobona ukuthi kusho ukuthini ukuba umuntu ongokomoya nokuthi yini esingayifunda kubantu abangokomoya. Esihlokweni sesibili, sizoxoxa ngendlela esingahlakulela ngayo ingokomoya bese lokho sikusebenzise ekuphileni nsuku zonke.