Okuphakathi
ISONTO LIKA-DISEMBA 31, 2018–JANUWARI 6, 2019
3 “Thenga Iqiniso Ungalithengisi”
ISONTO LIKA-JANUWARI 7-13, 2019
8 “Ngizohamba Eqinisweni Lakho”
Lezi zihloko ezimbili zisisiza ukuba sithande iqiniso likaJehova eliyigugu. Leli qiniso libaluleke kunanoma yini esingayidela ukuze silithole. Lezi zihloko zixoxa nangezinto esingazenza ukuze siqikelele ukuthi sihlala sibheka iqiniso njengengcebo esingafuni nanini ukuyilahla futhi zisisiza sigweme ukuqhela eqinisweni eliyigugu uJehova asifundise lona.
ISONTO LIKA-JANUWARI 14-20, 2019
Incwadi kaHabakuki isibonisa indlela esingahlala simethemba ngayo uJehova lapho sicindezelekile. Lesi sihloko sisisiza sibone ukuthi ngisho noma ukukhathazeka, izinkinga nobuhlungu bunganda, ekugcineni siyothola umvuzo ngokuthembela kuNkulunkulu.
ISONTO LIKA-JANUWARI 21-27, 2019
18 Ubani Obumba Ukucabanga Kwakho?
ISONTO LIKA-JANUWARI 28, 2019–FEBHUWARI 3, 2019
23 Ingabe Uyayivumelanisa Imicabango Yakho NekaJehova?
Njengoba sikhula ngokomoya, siya siqonda ukuphakama kwendlela kaJehova yokucabanga. Lezi zihloko ezimbili zichaza indlela esingakugwema ngayo ukubunjwa indlela yaleli zwe yokucabanga, kunalokho sicabange ngendlela uJehova acabanga ngayo.