Imihlangano Yenkonzo Yasensimini
JULY 3-9
Isihloko SeNgxoxo Esisetshenziswayo
1. Bukezani amaphuzu asemqoka.
2. Yiziphi izingeniso ezisencwadini Ukubonisana ongazisebenzisa?
3. Uzozixhumanisa kanjani nesipho?
JULY 10-16
Lapho uhambisa izincwajana
1. Kungani kudingeka ukuba ube nezincwajana ezingaphezu kweyodwa?
2. Imaphi amaphuzu akhethekile oyowaqokomisa?
3. Singabekwa kanjani isisekelo sesifundo seBhayibheli?
JULY 17-23
Lapho ufakaza nomntwana wakho
1. Kungani umfaka engxoxweni?
2. Ikuphi angakwenza ukuze abe nengxenye ebalulekile?
3. Kungani kungaba kuhle ukumnikeza iseluleko kamuva?
JULY 24-30
Singaphendula kanjani uma abantu bethi:
(Bheka incwadi Ukubonisana, kk. 16-19.)
1. ‘Nginenkolo yami’?
2. ‘Ngimatasatasa’?
3. ‘Anginasithakazelo’?
JULY 31-AUGUST 6
Imibiko yendlu ngendlu
1. Kungani kumelwe ugcine emibili?
2. Kungani kumelwe uyigcine icocekile? Kanjani?
3. Kungani kumelwe ufundise abantwana indlela yokuyisebenzisa?