IZaziso
◼ Isipho sencwadi ngoMay: Isikhokhelo seNqabayokulinda ngomnikelo ka-R17,00 ngephuma kabili ngenyanga. Isikhokhelo sonyaka kwephuma kanye ngenyanga nesikhokhelo sezinyanga eziyisithupha kwephuma kabili ngenyanga singu-R8,50. NgoJune: Ukufuna Kwesintu UNkulunkulu ngomnikelo ka-R4,00. NgoJuly: Noma iyiphi yezincwajana ezingangomagazini ezilandelayo: Jabulela Ukuphila Emhlabeni Phakade!, “Bheka, Ngenza Konke Kube-Kusha,” Ingabe Kufanele Ukholelwe KuZiqu-zintathu?, IGama LaPhezulu Eliyohlala Phakade, noma ethi UHulumeni Oyoletha IPharadesi ngomnikelo wamasenti angu-80 iyinye. NgoAugust: Umuntu Omkhulu Kunabo Bonke Owake Waphila ngomnikelo ka-R8,00. PHAWULA: Amabandla angakazi-odi izinto zomkhankaso ezishiwo ngenhla kufanele enze kanjalo efomini lawo iLiterature Order lanyanga zonke elilandelayo (S-AB-14).
◼ IMIHLANGANO YESIGODI: Izinsuku zemihlangano elandelayo seziqinisekisiwe:
December 4-6:
ESt. Helena (isiNgisi)
December 18-20:
E-East London (isiNgisi, isiXhosa)
Empangeni (isiZulu)
◼ Sisenakho esitokweni Ukuhlola ImiBhalo Nsuku Zonke—1992 ngesiPedi, isiSuthu, isiTswana, nangesiVenda. Noma ubani ongakabi nayo ikhophi yakhe siqu kufanele ayi-ode ngokushesha.
◼ Izincwadi Ezintsha Ezitholakalayo:
NgesiNgisi: Ifayili yokugcina omagazini (ibandla, iningi, namaphayona: R13,00). NgesiTsonga: Ukuhlelelwa Ukufeza Inkonzo Yethu.
◼ Esezitholakala Futhi ENingizimu Afrika:
NgesiNgisi: Ukuhlola ImiBhalo Nsuku Zonke—1992.
◼ Sizani niphawule ukukhuphuka kwamanani okulandelayo osekuqalile ukusebenza, bese nilungisa amaCost List enu ngendlela efanele:
Iban.
Amaph. Neningi
IBhayibheli Ngezilimi Zabansundu R9,00 R10,00
IBhayibheli NgesiBhunu (inguqulo eNdala neNtsha) R10,50 R12,00