IZindaba Ezingokwasezulwini
ENingizimu Afrika: Yeka injabulo okwabayiyo ukubona amaHholo OMbuso angu-13 enikezelwa kuJehova phakathi no-November no-December 1993. Lamabandla yilawa: Cofimvaba, Dobsonville, Esikhawini West, Giyani, Kwandengezi, Lobatse, Mamabolo, Maseru West, Molendal, Oakley, Qunu, Stellenbosch, neXanthia. Siyanibonga nonke ngokuzikhandla kwenu kulezizakhiwo!