Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 12/94 k. 2
  • Ingabe Izikhathi Zemihlangano Yenu Zizoshintsha?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ingabe Izikhathi Zemihlangano Yenu Zizoshintsha?
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1994
  • Indaba Ethi Ayifane
  • IBhokisi Lemibuzo
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1989
  • Ukuba Khona Emihlanganweni​—⁠Umthwalo Wemfanelo Ongathi Sína
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1994
  • Ingxenye 1—Bonisa Ukubacabangela Abanye
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1995
  • Isimiso Esisha Semihlangano Yebandla
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2008
Bheka Okunye
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-1994
km 12/94 k. 2

Ingabe Izikhathi Zemihlangano Yenu Zizoshintsha?

Esimweni lapho amabandla amaningana asebenzisa iHholo LoMbuso elilodwa eye avumelana ukuba ashintshe izikhathi zemihlangano, lokhu kufanele kwenziwe ekuqaleni kuka-January. Ukuzimisela ukubambisana nelungiselelo eliye lamiswa kubonisa uthando ngomunye nomunye nokucabangelana. Ngokuvamile ukushintsha izikhathi zemihlangano kuyozuzisa wena, kwenze kube lula ngawe ukuba khona emihlanganweni.

Ngakolunye uhlangothi, ushintsho olwenziwayo kulonyaka lungase lungavumelani kahle nesimiso sakho sokwenza izinto. Kungase kudingeke ukuba ushintshe isimiso sakho esivamile sansuku zonke okungase kukuphazamise ngandlela-thile. Ukuzimisela komuntu ngamunye ukubambisana kubonisa ukuba nokwazisa ngalo lonke ilungiselelo, okuzuzisa bonke abahilelekile.

Yiqiniso, kungenzeka ukuba ushintsho olulandelayo uluthande kangconywana. Okwamanje, ukhuthazwa ukuba wenze ushintsho lomuntu siqu oludingekayo ukuze ukwazi ukuba khona kuyo yonke imihlangano yamasonto onke ngokwesimiso esinqunywe yibandla. Zama ukuba nombono womhubi uDavide, owathi: “Ngajabula lapho bethi kimi: Masiye endlini kaJehova.”—IHu. 122:1.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela