Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 7/00 k. 3
  • IZindaba Ezingokwasezulwini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IZindaba Ezingokwasezulwini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2000
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2000
km 7/00 k. 3

IZindaba Ezingokwasezulwini

◼ ENingizimu Afrika: Phakathi nenyanga ka-March kwanikezelwa amanye amaHholo OMbuso amabili, elase-Oukasie (eBrits) nelaseMaun (eBotswana). Sijabula kanye nabo ngokuthi ngemva kweminyaka eminingi manje sebenezindawo zabo zokukhulekela. Ngenxa yokuthi izisebenzi zokuzithandela kwakudingeka zihambe amabanga amade ukuze ziyosiza iBandla LaseMaun, kwathatha iminyaka engaphezu kwemithathu ukwakha ihholo labo. IKomiti Yokwakha Yesifunda yaseBotswana yasiza ekuqedeni leli hholo. Futhi, ngonyaka odlule umkhaya othile wasabela obizweni olwalukuyi-Nkonzo Yethu YoMbuso ka-November 1998 lokuyokhonza lapho kunendingeko enkulu khona, nawo wasiza ekuqedeni ihholo kuyilapho usebenza insimu yesiNgisi. Siyababonga bonke abafowethu namaKomiti Okwakha Esifunda asiza kulezi zakhiwo. Sikhuthaza lawo mabandla azakhela amahholo awo ukuba azibekele umgomo wokuba anikezelwe ngaphambi kokuphela kwalo nyaka. IKomiti Yokwakha Yesifunda yendawo iyokujabulela ukunisiza kulokhu.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela