Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 10/12 k. 5
  • Ukubukezwa KweSikole Senkonzo Esingokwasezulwini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ukubukezwa KweSikole Senkonzo Esingokwasezulwini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
km 10/12 k. 5

Ukubukezwa KweSikole Senkonzo Esingokwasezulwini

Imibuzo elandelayo izocatshangelwa eSikoleni Senkonzo Esingokwasezulwini ngesonto eliqala ngo-October 29, 2012. Kufakwe nosuku okuzoxoxwa ngalo ngephuzu ngalinye ukuze kwenziwe ucwaningo lapho kulungiselelwa isikole isonto ngalinye.

1. Yini efanekiselwa i-altare elabonwa uHezekeli embonweni? (Hez. 43:13-20) [Sept. 10, w07 8/1 k. 10 isig. 4]

2. Afanekiselani amanzi omfula owabonwa uHezekeli embonweni? (Hez. 47:1-5) [Sept. 17, w07 8/1 k. 11 isig. 1]

3. Amazwi athi “wazimisela enhliziyweni yakhe” embulani ngemfundo engokomoya uDaniyeli ayithola esemncane? (Dan. 1:8) [Sept. 24, dp kk. 33-34 izig. 7-9; k. 37 isig. 16]

4. Yini emelelwa noma efanekiselwa umuthi omkhulu owawusephusheni likaNebukhadinezari? (Dan. 4:10, 11, 20-22) [Oct. 1, w07 9/1 k. 18 isig. 5]

5. UDaniyeli 9:17-19 usifundisani ngokuphathelene nomthandazo? [Oct. 8, w07 9/1 k. 20 izig. 5-6]

6. Isiphi isivumelwano ‘esagcinwa sisebenza ngenxa yabaningi’ kwaze kwaphela isonto lama-70 leminyaka, noma ngo-36 C.E.? (Dan. 9:27) [Oct. 8, w07 9/1 k. 20 isig. 4]

7. Yini esingaphetha ngayo kulokho ingelosi eyakutshela uDaniyeli ukuthi “isikhulu sombuso wobukhosi wasePheresiya” sasiye samelena nayo? (Dan. 10:13) [Oct. 15, w11 9/1 k. 8 isig. 2-3]

8. Isiphi isiprofetho seBhayibheli esiphathelene noMesiya esagcwaliseka ngokuvumelana noDaniyeli 11:20? [Oct. 15, dp kk. 232-233 izig. 5-6]

9. Ngokwencwadi kaHoseya 4:11, iyiphi enye yezingozi zokuphuza ngokweqile? [Oct. 22, w10 1/1 kk. 4-5]

10. Yisiphi isifundo esibalulekile okufanele sisifunde encwadini kaHoseya 6:6? [Oct. 22, w07 9/15 k. 16 isig. 8; w05 11/15 k. 24 izig. 11-12]

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela