Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 10/12 k. 8
  • Amazwibela Ombiko Wenkonzo

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Amazwibela Ombiko Wenkonzo
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2012
km 10/12 k. 8

Amazwibela Ombiko Wenkonzo

Abamemezeli namaphayona abakhonza ngaphansi kwegatsha laseNingizimu Afrika bazikhandla kakhulu ngo-May, beqhubeka nomsebenzi omuhle owenziwa ngo-March nango-April. IBotswana ibike inani elisha eliphakeme lamaphayona avamile angu-211. INamibia ifinyelele amanani amabili aphakeme: amaphayona avamile angu-191 nabamemezeli abangu-1 950. INingizimu Afrika ibe namanani amathathu aphakeme: amaphayona avamile angu-9 130, abamemezeli abangu-92 255 nezifundo zeBhayibheli ezingu-132 008. Isiqhingi esincane saseSt. Helena naso sibe nabamemezeli abangu-120 abaye bajabulela ukushumayela izindaba ezinhle kubantu abangaphansi kuka-4 000. Siyanincoma ngokushumayela “izindaba ezinhle” ‘nangokwenza abantu babe abafundi’ kuwo wonke amasimu angaphansi kwegatsha lethu.—Math. 24:14; 28:19, 20.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela