Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 6/13 k. 4
  • Amazwibela Ombiko Wenkonzo

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Amazwibela Ombiko Wenkonzo
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2013
km 6/13 k. 4

Amazwibela Ombiko Wenkonzo

Umsebenzi wokushumayela uqhubeka kahle kakhulu ezweni lezintaba laseLesotho. Kusukela ngo-September 2012, sekubhapathizwe abafundi abasha abangu-126. Ngo-December kwabika abamemezeli abangu-3 900, okuwukwanda ngamaphesenti angu-7 uma kuqhathaniswa nonyaka wenkonzo owandulele. Kwaqhutshwa izifundo zeBhayibheli ezingu-6 347, okubonisa ukuthi amasimu asevuthiwe alungele ukuvunwa. Sijabula kanye nabo abazalwane bethu baseLesotho ngokuthi kunabantu abaningi abanhliziyo-ziqotho abathutheleka entabeni kaJehova yokukhulekela kweqiniso.—Isaya 2:1-4.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela