Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • km 6/15 k. 4
  • Umbiko Wenkonzo Yasensimini

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Umbiko Wenkonzo Yasensimini
  • INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2015
INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2015
km 6/15 k. 4

Umbiko Wenkonzo Yasensimini

Siyajabula ukunazisa ukuthi nakuba abafowethu nodadewethu abaningi bebesemaholidini ngo-December, abazange bakudebeselele ukutshela abanye ngoMbuso kaJehova nangenjongo yakhe yokuguqula lo mhlaba ube ipharadesi. (Math. 24:14; IsAm. 21:4, 5) Nakuba engekho amanani amasha afinyelelwe, kuqhutshwe izinkulungwane zezifundo zeBhayibheli, kwenziwa izimpindelo eziningi futhi kwahanjiswa izincwadi eziningi kubantu abanesithakazelo. Esikujabulele ngisho nakakhulu ukuhanjelwa kwegatsha uMfoweth’ uMorris noGriffin futhi siyajabula ukunazisa ukuthi le simiso esikhethekile silalelwe abantu abangaba ngu-160 000 ngo-January 11, 2015. Lokhu kube nethonya elihle kakhulu ekukhuthazeni ubunye kuyo yonke insimu yethu.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela