Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb16 Januwari k. 5
  • January 18-24

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • January 18-24
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
mwb16 Januwari k. 5

January 18-24

EZRA 1-5

  • INgoma 85 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “UJehova Uyazigcina Izithembiso Zakhe”: (10 imiz.) [Dlala i-video enesihloko esithi Isethulo Sika-Ezra.]

    • Ezra 3:​1-6—Iziprofetho zikaJehova akwenzeki zingafezeki (w06 1/15 19 ¶1)

    • Ezra 5:​1-7​—UJehova angahlela izinto ukuze abantu bakhe baphumelele (w06 1/15 19 ¶3; w86 1/15 9 ¶3; w86 2/1 29 ibhokisi)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Ezra 1:​3-6​—Kungani singenakusho ngempela ukuthi ama-Israyeli angazange abuyele eJerusalema ngokuzithandela ayenokholo olubuthakathaka? (w06 1/15 17 ¶5; 18 ¶7)

    • Ezr 4:​1-3​—Kungani usizo lwenqatshwa? (w06 1/15 19 ¶2)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: Ezra 3:10–4:7 (4 imiz. noma ngaphansi)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Khulumela isihloko sokugcina se-Nqabayokulinda yale nyanga.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) Makube nomboniso wendlela yokwenza impindelo kumuntu osabele kahle entshumayelweni ebisekelwe esihlokweni sokugcina se-Nqabayokulinda yale nyanga. Beka isisekelo sempindelo elandelayo.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) Makube nomboniso wendlela yokuqhuba isifundo seBhayibheli. (bh 20-21 ¶6-8)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 40

  • “Zonke Lezi Ezinye Izinto Niyozenezelelwa”: (5 imiz.) Inkulumo esekelwe kuMathewu 6:33 noLuka 12:​22-24. Cela abamemezeli ukuba balandise okuhlangenwe nakho lapho uJehova agcwalisa khona isithembiso saKhe sokunakekela izidingo zabo ezingokwenyama lapho bebeka uMbuso kuqala.

  • Ingabe Izwi Lakho ‘LinguYebo Libe LinguCha’?: (10 imiz.) Ingxoxo. (w14 3/15 30-32)

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: ia isahl. 7 ¶1-14 (30 imiz.)

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 41 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela