February 13-19
ISAYA 52-57
INgoma 148 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UKristu Wahlupheka Ngenxa Yethu”: (10 imiz.)
Isaya 53:3-5—Wadelelwa futhi wachotshozwa ngenxa yeziphambeko zethu (w09 1/15 26 ¶3-5)
Isaya 53:7, 8—Wadela ukuphila kwakhe ngokuzithandela ngenxa yethu (w09 1/15 27 ¶10)
Isaya 53:11, 12—Singaba nokuma okulungile ngoba wathembeka kwaze kwaba sekufeni (w09 1/15 28 ¶13)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Isaya 54:1—Ubani ‘owesifazane oyinyumba’ okukhulunywa ngaye kulesi siprofetho, futhi bangobani ‘abantwana’ bakhe? (w06 3/15 11 ¶2)
Isaya 57:15—UJehova ‘uhlala’ ngamuphi umqondo nalabo ‘abachotshoziwe nabathobekileyo’? (w05 10/15 26 ¶3)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Isaya 57:1-11
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) lc—Beka isisekelo sempindelo.
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) lc 29—Beka isisekelo sempindelo elandelayo.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bh 14-15 ¶16-17—Uma ekhona, makube nobaba ofundela indodana noma indodakazi yakhe esencane.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Siza Izingane Zakho Zihlakulele Ukholo Oluqinile KuMdali”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ethi Okushiwo Ontanga Yakho—Ukukholelwa KuNkulunkulu.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 8 ¶8-13 neshadi elithi “Izincwadi Ezinyatheliswa Kakhulu Kunazo Zonke Emhlabeni”
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 107 Nomthandazo