Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb17 Mashi k. 6
  • March 27–April 2

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • March 27–April 2
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2017
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2017
mwb17 Mashi k. 6

March 27–April 2

JEREMIYA 12-16

  • INgoma 135 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “U-Israyeli Wamkhohlwa UJehova”: (10 imiz.)

    • Jer 13:1-5—UJeremiya wasilalela isiqondiso sikaNkulunkulu sokuba afihle ibhande lelineni, nakuba kwakudinga umzamo omkhulu (jr 51 ¶17)

    • Jer 13:6, 7—Lapho uJeremiya ethatha uhambo olude ukuze ayolanda lelo bhande, walifica selibolile (jr 52 ¶18)

    • Jer 13:8-11—UJehova wayebonisa ukuthi ubuhlobo obuseduze ayenabo nama-Israyeli babuyokonakala ngenxa yenkani yawo (jr 52 ¶19-20;it-1-E 1121 ¶2)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Jer 12:1, 2, 14—Wawuthini umbuzo kaJeremiya futhi uJehova wamphendula wathini? (jr 118 ¶11)

    • Jer 15:17—Wawuyini umbono kaJeremiya ngalabo akhetha ukuzihlanganisa nabo futhi singamlingisa kanjani? (w04 5/1 12 ¶16)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Jer 13:15-27

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Isimemo seSikhumbuzo ne-video​—Beka isisekelo sempindelo.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) Isimemo seSikhumbuzo ne-video​—Beka isisekelo sempindelo elandelayo.

  • Inkulumo: (6 imiz.) w16.03 29-31—Isihloko: Kunini Lapho Abantu BakaNkulunkulu Babethunjwe Khona YiBhabhiloni Elikhulu?

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 139

  • “Siza Umndeni Wakho Ukuba Ukhumbule UJehova”: (15 imiz.) Ingxoxo. Qala ngokudlala i-video ethi “La Mazwi . . . Kumelwe Abe Senhliziyweni Yakho”—Izingxoxo Nemikhaya (kuma-video, ngaphansi kwesithi UMNDENI).

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 10 ¶8-11, ibhokisi elithi “UKhisimusi, Umsuka Nenjongo Yawo” nelithi “Ukudalula Amanye Amaholidi Nemikhosi”

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 48 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela