June 26–July 2
HEZEKELI 6-10
INgoma 141 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Uzoluthola Yini Uphawu Lwabazosinda?”: (10 imiz.)
Hez 9:1, 2—Umbono kaHezekeli ubalulekile kithi (w16.06 31-32)
Hez 9:3, 4—Labo abazobe bewamukele umyalezo esiwushumayelayo bazothola uphawu lwabazosinda phakathi nosizi olukhulu
Hez 9:5-7—Lapho uJehova ebhubhisa ababi, ngeke ababhubhise abalungile
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Hez 7:19—Leli vesi lisisiza kanjani ukuba sizilungiselele isikhathi esizayo? (w09 9/15 23 ¶10)
Hez 8:12—Leli vesi liyibonisa kanjani indlela ukuntula ukholo okungaholela ngayo ekuziphatheni ngendlela engafanele? (w11 4/15 26 ¶14)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo engokomoya oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Hez 8:1-12
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) IsAm 4:11—Fundisa Iqiniso.
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) IHu 11:5; 2Ko 7:1—Fundisa Iqiniso.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bh 127 ¶4-5—Bonisa indlela yokufinyelela inhliziyo.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Yisekele Indlela Yokuziphatha Efunwa UJehova”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ethi Yiba Umngane KaJehova—Indoda Eyodwa, Owesifazane Oyedwa.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 14 ¶8-14, nebhokisi elithi “Wafela Ukukhazimulisa UNkulunkulu”.
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 33 Nomthandazo