Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb17 Septhemba k. 5
  • Septhemba 18-24

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Septhemba 18-24
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2017
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2017
mwb17 Septhemba k. 5

Septhemba 18-24

DANIYELI 1-3

  • INgoma 131 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Ukuba Qotho KuJehova Kuyazuzisa”: (10 imiz.)

    • [Dlala i-video ethi Isethulo SikaDaniyeli.]

    • Dan 3:16-20—Abangane bakaDaniyeli abazange bantengantenge lapho bephoqelelwa ukuba bayeke ukuba qotho kuJehova (w15 7/15 20 ¶15-16)

    • Dan 3:26-29—Ubuqotho babo bakhazimulisa igama likaJehova futhi kwabenza babusiswa (w13 1/15 10 ¶13)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Dan 1:5, 8—Kungani uDaniyeli nabangane bakhe abathathu banquma ukuthi kwakuzobangcolisa ukudla izibiliboco zenkosi? (it-2-E 382)

    • Dan 2:44—Kungani uMbuso kaNkulunkulu kuzodingeka uchoboze imibuso yezwe efanekiselwe esithombeni? (w12 6/15 17, ibhokisi; w01 10/15 6 ¶4)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Dan 2:31-43

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Isaya 40:22—Fundisa Iqiniso—Beka isisekelo sempindelo.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) Ro 15:4 —Fundisa Iqiniso—Shiya ikhadi lemininingwane ye-JW.ORG.

  • Inkulumo: (6 imiz. noma ngaphansi) w17.02 29-30 —Isihloko: Ingabe UJehova Uhlola Kusengaphambili Ukuthi Kungakanani Esingakuthwala Bese Ekhetha Izilingo Esizobhekana Nazo?

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 63

  • “Yiba Qotho Lapho Ulingwa”: (8 imiz.) Ingxoxo.

  • “Yiba Qotho Lapho Isihlobo Sisuswa Ekuhlanganyeleni”: (7 imiz.) Ingxoxo.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr “Ingxenye 6–Ukusekela UMbuso–Ukwakha Izakhiwo Zokukhulekela Nokunikeza Usizo Lapho Kunezinhlekelele” nesahl. 18 ¶1-8

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 101 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela