Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb18 Mashi k. 6
  • Mashi 26–Ephreli 1

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Mashi 26–Ephreli 1
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
mwb18 Mashi k. 6

Mashi 26–Ephreli 1

MATHEWU 25

  • INgoma 128 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Hlalani Nilindile”: (10 imiz.)

    • Math 25:1-6—Izintombi ezinhlanu ezihlakaniphile nezintombi ezinhlanu eziyiziwula zaphuma zayohlangabeza umkhwenyana

    • Math 25:7-10—Izintombi eziyiziwula zazingekho lapho kufika umkhwenyana

    • Math 25:11, 12—Izintombi ezihlakaniphile kuphela ezavunyelwa ukungena edilini lomshado

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Math 25:31-33—Chaza umfanekiso wezimvu nezimbuzi (w15 3/15 26 ¶7)

    • Math 25:40—Singabonisa kanjani ukuthi singabangane babafowabo bakaKristu? (w09 10/15 16 ¶16-18)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Math 25:1-23

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lapho Ubuyela Okwesibili: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngengxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usummemela eSikhumbuzweni.

  • Lapho Ubuyela Okwesithathu: (3 imiz. noma ngaphansi) Zikhethele umBhalo ozowusebenzisa, bese umnika incwadi esifundisa ngayo.

  • Inkulumo: (6 imiz. noma ngaphansi) w15 3/15 26 ¶7-10—Isihloko: Umfanekiso Wezimvu Nezimbuzi Ukugcizelela Kanjani Ukubaluleka Komsebenzi Wokushumayela?

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 118

  • “Ukuthuthukisa Amakhono Ethu Enkonzweni—Ukufundisa Esifunda Nabo Ukuba Balungiselele”: (10 imiz.) Ingxoxo. Ngemva kwalokho, dlala ividiyo ebonisa ummemezeli efundisa afunda naye ukulungiselela, bese nixoxa ngayo. Cela izilaleli ukuba ziphawule ngezinye izindlela eziye zaphumelela zokusiza ezifunda nabo ukuba balungiselele isifundo sabo seBhayibheli.

  • Yamukela Abasivakashele: (5 imiz.) Inkulumo esekelwe ENcwajaneni YoMhlangano Wokuphila Nenkonzo kaMashi 2016. Xoxa ngezinto ezinhle enazijabulela phakathi nenkathi yeSikhumbuzo ka-2017. Nikeza izikhumbuzo ezidingekayo ngokuphathelene nendawo yokupaka, indawo yokungena nendawo yokuphuma ehholo nokunye okuzoba usizo eSikhumbuzweni esizayo ngoMashi 31.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv isahl. 5 ¶16-23

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 139 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela