Juni 25–Julayi 1
LUKA 4-5
INgoma 37 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Melana Nezilingo NjengoJesu”: (10 imiz.)
Luka 4:1-4—UJesu akazange asivumele isifiso senyama simnqobe (w13 8/15 25 ¶8)
Luka 4:5-8—UJesu akazange ahehwe isifiso samehlo (w13 8/15 25 ¶10)
Luka 4:9-12—Lapho uJesu elingwa ukuba agabise ngalokho anakho, akazange avume. [Dlala ividiyo ethi Umbhoshongo Wethempeli.] (Okubukwayo: “Umbhoshongo Wethempeli,” okukuLuka 4:9, kuyi-nwtsty-E; w13 8/15 26 ¶12)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Luka 4:17—Yini ebonisa ukuthi uJesu wayelazi ngempela iZwi likaNkulunkulu? (iphuzu lokucwaninga elithi “umqulu womprofethi u-Isaya,” elikuLuka 4:17, kuyi-nwtsty-E)
Luka 4:25—Sathatha isikhathi eside kangakanani isomiso ezinsukwini zika-Eliya? (iphuzu lokucwaninga elithi “iminyaka emithathu nezinyanga eziyisithupha,” elikuLuka 4:25, kuyi-nwtsty-E)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Luka 4:31-44
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Ubuyela Okwesibili: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Ngemva kwalokho, yibe usushiya ikhadi lemininingwane ye-JW.ORG.
Lapho Ubuyela Okwesithathu: (3 imiz. noma ngaphansi) Zikhethele umBhalo ozowusebenzisa, bese unika umuntu incwadi esifundisa ngayo.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) jl isifundo 28
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Gwema Izingozi Ezinkundleni Zokuxhumana”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Hlakanipha Lapho Usebenzisa Izingosi Zokuxhumana.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv isahl. 9 ¶22-26 ibhokisi ek.109 neSithasiseloa emakh. 218-219.
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 105 Nomthandazo
a Ningase nikhethe ukungasifundi iSithasiselo.