Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb19 Januwari k. 4
  • Januwari 21-27

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Januwari 21-27
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2019
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2019
mwb19 Januwari k. 4

Januwari 21-27

IZENZO 25-26

  • INgoma 73 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “UPawulu Udlulisela Icala KuKhesari Bese Eshumayeza INkosi UHerode Agripha”: (10 imiz.)

    • IzE 25:11—UPawulu wasebenzisa ilungelo lakhe elingokomthetho ngokudlulisela icala kuKhesari (bt 198 ¶6)

    • IzE 26:1-3—UPawulu walivikela kahle kakhulu iqiniso phambi kweNkosi uHerode Agripha (bt 198-201 ¶10-16)

    • IzE 26:28—Amazwi kaPawulu ayithinta kakhulu le nkosi (bt 202 ¶18)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • IzE 26:14—Siyini isikhandi? (iphuzu lokucwaninga elithi “ukhahlela izinkandi,” elikuyizE 26:14, kuyi-nwtsty-E; “Isikhandi,” kuyi-nwtstg-E)

    • IzE 26:27—Kungani kwaba nzima ukuba iNkosi u-Agripha iphendule lapho uPawulu eyibuza ukuthi iyabakholelwa yini abaprofethi? (w03 11/15 16-17 ¶14)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IzE 25:1-12 (th isifundo 5)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.

  • Lapho Ubuyela Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 2)

  • Lapho Ubuyela Okokuqala: (4 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usubonisa umninikhaya incwadi ethi Lingasifundisani. (th isifundo 3)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 38

  • “Umsebenzi Ugunyazwa Ngokomthetho EQuebec”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 2 ¶15-20 nebhokisi ek. 23

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 122 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela