Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb19 Septhemba k. 3
  • Septhemba 9-15

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Septhemba 9-15
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2019
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2019
mwb19 Septhemba k. 3

Septhemba 9-15

HEBHERU 9-10

  • INgoma 10 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Isithunzi Sezinto Ezinhle Ezizayo”: (10 imiz.)

    • Heb 9:12-14—Igazi likaKristu lingcono kakhulu kunelezimbuzi nelezinkunzi (it-1-E 862 ¶1)

    • Heb 9:24-26—UKristu waliletha kanye kuphela inani lomhlatshelo wakhe kuNkulunkulu (cf 183 ¶4)

    • Heb 10:1-4—UMthetho wawumelela okungcono okuzayo (it-2-E 602-603)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Heb 9:16, 17—Asho ukuthini la mavesi? (w92 3/1 31 ¶4-6)

    • Heb 10:5-7—UJesu wawasho nini la mazwi futhi wayesho ukuthini? (it-1-E 249-250)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Heb 9:1-14 (th isifundo 5)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 1)

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile endaweni yangakini. (th isifundo 2)

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usumshiyela ikhadi lemininingwane yokungena kuyi-jw.org. (th isifundo 11)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 89

  • Ingabe Siyakubona Ukubaluleka Kokuba Khona Emihlanganweni? (IHu 27:11): (12 imiz.) Dlala ividiyo, bese niphendula imibuzo elandelayo:

    • Iziphi izinto ezisizuzisayo uMpristu wethu Omkhulu uJesu asenzela zona?

    • Iziphi izinto ezintathu esingabonisa ngazo ukuthi siyabonga ngalokho uJesu asenzela khona?

  • Lalela Emihlanganweni: (3 imiz.) Dlala ividiyo, bese ubuza izingane ukuthi kungani kufanele zilalele esifundweni.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 13 ¶9-17

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 47 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela