AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | EKSODUSI 1-3
“Ngiyoba Yilokho Engiyoba Yikho”
UJehova wembulela uMose into ethile ekhethekile ngobuntu baKhe. UJehova uba yinoma yini edingekayo kunoma yisiphi isimo ukuze afeze intando yakhe. Njengomzali ongumuntu, uJehova udlala noma iyiphi indima ukuze anakekele izingane zakhe.
UJehova uye wangisiza kanjani ekuphileni kwami?