Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb21 Januwari k. 9
  • Inkululeko Yangesikhathi Esizayo Ezolethwa UNkulunkulu NoKristu

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Inkululeko Yangesikhathi Esizayo Ezolethwa UNkulunkulu NoKristu
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2021
  • Indaba Ethi Ayifane
  • UJehova Uyasisiza Sikhuthazelele Izilingo
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
  • Kufanele Sikubheke Kanjani Ukulingwa?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova-2002
  • Imibuzo Evela Kubafundi
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2017 (Efundwayo)
  • Indlela Ongalondoloza Ngayo Injabulo Lapho Ukhuthazelela Izilingo
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka (Efundwayo)—2021
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2021
mwb21 Januwari k. 9
UJesu ubuka phansi esesihlalweni sakhe sobukhosi ezulwini futhi emva kwakhe kunokukhanya okukhulu kwesihlalo sobukhosi sikaJehova.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Inkululeko Yangesikhathi Esizayo Ezolethwa UNkulunkulu NoKristu

Yiziphi izinkinga obhekana nazo nsuku zonke? Ingabe uyinhloko yomndeni futhi unezinto eziningi ozama ukuzinakekela? Ingabe ungumzali ongayedwa futhi uzama kanzima ukondla umndeni wakho? Ingabe usemusha futhi uhlukunyezwa ontanga yakho esikoleni? Ingabe unempilo ebuthaka noma unezinkinga ezibangelwa ukukhula? Wonke umuntu ubhekene nezinkinga. AmaKristu amaningi abhekana nezinkinga eziningi ngesikhathi esisodwa. Noma kunjalo, siyazi ukuthi maduze uJehova uzoziqeda lezo zinkinga.—2Ko 4:16-18.

Kodwa okwamanje, singaduduzwa ukuthi uJehova uyaziqonda izinkinga zethu, uyabujabulela ubuqotho bethu nokukhuthazela kwethu futhi uzosibusisa. (Jer 29:11, 12) UJesu naye uyasikhathalela. Njengoba senza imisebenzi yethu yobuKristu, uyasiqinisekisa: “Nginani.” (Math 28:20) Lapho sizipha isikhathi sokuzindla ngendlela esiyokhululeka ngayo ngaphansi koMbuso kaNkulunkulu, simthemba nakakhulu uJehova futhi sizimisela ukukhuthazelela uvivinyo esibhekene nalo manje.—Ro 8:19-21.

BUKELANI IVIDIYO ETHI NJENGOBA ISIPHEPHO SISONDELA, GXILA KUJESU!—IZIBUSISO ZOMBUSO EZIZAYO, BESE NIPHENDULA LE MIBUZO ELANDELAYO:

  • Abantu bahlukaniswa kanjani noNkulunkulu futhi kwaba namuphi umphumela?

  • Yiziphi izibusiso ezizotholwa yilabo abathembekile kuJehova?

  • Yini eyenzeka ezokwenza bakwazi ukuthola lezi zibusiso?

  • Yiziphi izibusiso esizozithola ezweni elisha ozibheke ngabomvu?

Izithombe: Abantu bajabulela izinto ezinhle ePharadesi. 1. Udadewethu uhaga othile ovusiwe. 2. Banokudla okuningi, umhlaba ohlanzekile nokuthula.

Zibone usezweni elisha

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela