Meyi 3-9
NUMERI 27-29
Ingoma 106 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Lingisa UJehova Ongabakhethi Abantu”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Num 28:7, 14—Yayiyini iminikelo ephuzwayo? (it-2-E 528 ¶5)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Num 28:11-31 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Nixoxa Okokuqala: Injongo KaNkulunkulu—Gen 1:28. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana, bese ubuza izilaleli imibuzo evela kwividiyo.
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 4)
Inkulumo: (5 imiz.) w07 4/1 17-18—Isihloko: Yini Eyenza Iminikelo Nemihlatshelo Imjabulise UJehova? (th isifundo 16)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Yiba Umngane KaJehova—Thanda Umakhelwane Wakho: (6 imiz.) Ingxoxo. Dlala le vidiyo. Uma kungenzeka, yibe usucela izingane ezimbalwa ukuba ziphendule le mibuzo: Kungani ezinye izingane esikoleni zamphatha kabi uPriya? USmangele wambonisa kanjani ukuthi uyamthanda uPriya? Ungababonisa kanjani ukuthi uyabathanda abantu abahlukile kuwe?
Unjani Umngane Weqiniso?: (9 imiz.) Ingxoxo. Dlala le vidiyo esengxenyeni ethi Ukufunda Ngemidwebo. Yibe usubuza izilaleli: Yini okufanele uyibheke kumuntu ofuna abe umngane wakho? Ungamtholaphi umngane okahle? Ngingabugcina kanjani ubungane obuhle?
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 8 ¶8-15, ibhokisi 8A
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 16 Nomthandazo