Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb21 Septhemba k. 8
  • Septhemba 27–Okthoba 3

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Septhemba 27–Okthoba 3
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2021
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2021
mwb21 Septhemba k. 8

Septhemba 27–Okthoba 3

JOSHUWA 6-7

  • Ingoma 144 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (1 umz.)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Fulathela Izinto Ezingasizi Ngalutho”: (10 imiz.)

  • Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)

    • Jos 6:20​—Ibuphi ubufakazi obukhona bokuthi idolobha lasendulo iJeriko lanqotshwa lingavinjezelwanga isikhathi eside? (w15 11/15 15 ¶2-3)

    • Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Jos 6:1-14 (th isifundo 10)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile endaweni. (th isifundo 12)

  • Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yethula ividiyo ethi Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli? (kodwa ungayidlali). (th isifundo 9)

  • Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lffi isifundo 01, iphuzu 3 (th isifundo 8)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • Ingoma 121

  • Okufezwa Inhlangano: (5 imiz.) Dlala ividiyo kaSepthemba ethi Okufezwa Inhlangano.

  • Ukungalaleli Ngamabomu Kunemiphumela Emibi: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi “Akukho Nelilodwa Izwi . . . Eliye Laphutha”​—Isiqephu. Ngemva kwalokho, buza izilaleli le mibuzo: Yimuphi umyalo ocacile uJehova awukhipha ngokuphathelene neJeriko? Yini eyenziwa u-Akhani nomndeni wakhe futhi kungani? Isifundisani le ndaba? Bakhuthaze bonke ukuba bayibuke yonke ividiyo.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 14 ¶8-14 nebhokisi 13A

  • Amazwi Okuphetha (3 imiz.)

  • Ingoma 88 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela