EYESIBILI YAMAKHOSI
UHLU LOKUPHAKATHI
1
2
U-Eliya unyukela phezulu ngesivunguvungu (1-18)
U-Elisha ukhipha ubuthi emanzini aseJeriko (19-22)
Amabhere abulala abafana abancane baseBhethele (23-25)
3
UJehoramu uba yinkosi kwa-Israyeli (1-3)
UMowabi uvukela u-Israyeli (4-25)
UMowabi uyanqotshwa (26, 27)
4
U-Elisha wandisa amafutha omfelokazi (1-7)
Owesifazane waseShunemi ubonisa isihambi umusa (8-16)
Owesifazane uvuzwa ngendodana; iyafa (17-31)
U-Elisha uvusa indodana efile (32-37)
U-Elisha ukhipha ushevu esitshulwini (38-41)
U-Elisha wandisa izinkwa (42-44)
5
6
U-Elisha untantisa imbazo (1-7)
U-Elisha namaSiriya (8-23)
Isikhonzi sika-Elisha sivulwa amehlo (16, 17)
AmaSiriya aphuphuthekiswa ingqondo (18, 19)
Indlala eSamariya elivinjezelwe (24-33)
7
U-Elisha ubikezela ukuphela kwendlala (1, 2)
Kutholakala ukudla ekamu lamaSiriya elishiywe lingenamuntu (3-15)
Isiprofetho sika-Elisha siyagcwaliseka (16-20)
8
Owesifazane waseShunemi ubuyiselwa indawo yakhe (1-6)
U-Elisha, uBheni-hadadi, noHazayeli (7-15)
UJehoramu uba yinkosi kwaJuda (16-24)
U-Ahaziya uba yinkosi kwaJuda (25-29)
9
UJehu uyagcotshwa ukuba abe yinkosi kwa-Israyeli (1-13)
UJehu ubulala uJehoramu no-Ahaziya (14-29)
UJezebeli uyabulawa; izinja zidla inyama yakhe (30-37)
10
UJehu ubulala abendlu ka-Ahabi (1-17)
UJehu ubulala izikhonzi zikaBhali (18-27)
Ukufingqwa komlando wokubusa kukaJehu (28-36)
11
U-Athaliya uhlwitha ubukhosi (1-3)
UJehowashi ubekwa ukuba abe inkosi ngasese (4-12)
U-Athaliya uyabulawa (13-16)
UJehoyada wenza izinguquko ezweni (17-21)
12
UJehowashi uba yinkosi kwaJuda (1-3)
UJehowashi ulungisa ithempeli (4-16)
Ukuhlasela kwamaSiriya (17, 18)
UJehowashi uyabulawa (19-21)
13
UJehowahazi uba yinkosi kwa-Israyeli (1-9)
UJehowashi uba yinkosi kwa-Israyeli (10-13)
U-Elisha uvivinya intshiseko kaJehowashi (14-19)
Ukufa kuka-Elisha; amathambo akhe avusa umuntu (20, 21)
Isiprofetho sokugcina sika-Elisha siyagcwaliseka (22-25)
14
U-Amaziya uba yinkosi kwaJuda (1-6)
Impi nabakwa-Edomi nabakwa-Israyeli (7-14)
Ukufa kukaJehowashi wakwa-Israyeli (15, 16)
Ukufa kuka-Amaziya (17-22)
UJerobowamu II uba yinkosi yakwa-Israyeli (23-29)
15
U-Azariya uba yinkosi kwaJuda (1-7)
Amakhosi okugcina akwa-Israyeli: uZakariya (8-12), uShalumi (13-16), uMenahemu (17-22), uPhekaya (23-26), uPheka (27-31)
UJothamu uba yinkosi kwaJuda (32-38)
16
U-Ahazi uba yinkosi kwaJuda (1-6)
U-Ahazi ufumbathisa ama-Asiriya (7-9)
U-Ahazi wakha i-altare elifana nelezizwe ezikhonza izithixo (10-18)
U-Ahazi uyafa (19, 20)
17
UHosheya uba yinkosi kwa-Israyeli (1-4)
Umbuso wakwa-Israyeli uyawa (5, 6)
U-Israyeli uyadingiswa ngenxa yokuhlubuka (7-23)
Abantu bezinye izizwe balethwa emadolobheni aseSamariya (24-26)
Izinkolo zaseSamariya ezihlukahlukene (27-41)
18
UHezekiya uba yinkosi kwaJuda (1-8)
Kubukezwa ukuwa kombuso wakwa-Israyeli (9-12)
USaneheribi uhlasela uJuda (13-18)
URabishake uklolodela uJehova (19-37)
19
UHezekiya ucela u-Isaya ukuba abacelele usizo kuNkulunkulu (1-7)
USaneheribi usongela iJerusalema (8-13)
Umthandazo kaHezekiya (14-19)
U-Isaya udlulisela impendulo kaNkulunkulu (20-34)
Ingelosi ibulala ama-Asiriya angu-185 000 (35-37)
20
21
22
UJosiya uba yinkosi kwaJuda (1, 2)
Iziyalezo zokulungisa ithempeli (3-7)
Ukutholakala kwencwadi yoMthetho (8-13)
Isiprofetho sikaHulida senhlekelele (14-20)
23
UJosiya wenza izinguquko (1-20)
Kugujwa iPhasika (21-23)
UJosiya wenza ezinye izinguquko (24-27)
UJosiya uyafa (28-30)
UJehowahazi uba yinkosi kwaJuda (31-33)
UJehoyakimi uba yinkosi kwaJuda (34-37)
24
UJehoyakimi uyavukela bese eyafa (1-7)
UJehoyakini uba yinkosi kwaJuda (8, 9)
Ukudingiselwa eBhabhiloni kokuqala (10-17)
UZedekiya uba yinkosi kwaJuda; uyavukela (18-20)
25
UNebukhadinezari uvimbezela iJerusalema (1-7)
IJerusalema nethempeli lalo kuyabhujiswa; ukudingiswa kwesibili (8-21)
UGedaliya umiswa ukuba abe ngumbusi (22-24)
UGedaliya uyabulawa; abantu babalekela eGibhithe (25, 26)
UJehoyakini uyakhululwa eBhabhiloni (27-30)