UJEREMIYA
UHLU LOKUPHAKATHI
1
UJeremiya umiswa njengomprofethi (1-10)
Umbono wesihlahla som-alimondi (11, 12)
Umbono webhodwe lokupheka (13-16)
UJeremiya uqiniselwa umsebenzi awuthunyiwe (17-19)
2
3
Ukujula kokuhlubuka kuka-Israyeli (1-5)
U-Israyeli noJuda banecala lokuphinga (6-11)
Banxuswa ukuba baphenduke (12-25)
4
Ukuphenduka kuletha izibusiso (1-4)
Inhlekelele izoza ivela enyakatho (5-18)
UJeremiya uzwa ubuhlungu ngenhlekelele ezayo (19-31)
5
Abantu bayasenqaba isiyalo sikaJehova (1-13)
Ukubhujiswa kodwa hhayi ukuqothulwa ngokuphelele (14-19)
UJehova uyabajezisa abantu (20-31)
6
Ukuvinjezelwa kweJerusalema kuseduze (1-9)
UJehova ulithukuthelele iJerusalema (10-21)
Ukuhlasela okunonya okuvela enyakatho (22-26)
UJeremiya uba umvivinyi wensimbi (27-30)
7
Ukuzikhohlisa ngokuthembela ethempelini likaJehova (1-11)
Ithempeli lizoba njengeShilo (12-15)
Ukukhulekela kwamanga kuyalahlwa (16-34)
8
Abantu bakhetha ukuphila ngendlela ethandwayo (1-7)
Kunakuhlakanipha kuni ngaphandle kwezwi likaJehova? (8-17)
UJeremiya ulilela ukwaphuka kukaJuda (18-22)
9
Ukudabuka okujulile kukaJeremiya (1-3a)
UJehova ujezisa uJuda (3b-16)
Ukulilela uJuda (17-22)
Ukuzigabisa ngokwazi uJehova (23-26)
10
Onkulunkulu bezizwe baqhathaniswa noNkulunkulu ophilayo (1-16)
Ukubhujiswa nokudingiswa kuyeza (17, 18)
UJeremiya usosizini (19-22)
Umthandazo womprofethi (23-25)
11
UJuda wephula isivumelwano sakhe noNkulunkulu (1-17)
UJeremiya ufaniswa newundlu elizohlatshwa (18-20)
Ukuphikiswa okuvela kubantu basedolobhaneni lakubo kaJeremiya (21-23)
12
13
Ibhande lelineni eligugile (1-11)
Izimbiza zewayini ezizophahlazwa (12-14)
UJuda ongasalungiseki uzodingiswa (15-27)
14
Isomiso, indlala nenkemba (1-12)
Abaprofethi bamanga bayalahlwa (13-18)
UJeremiya uvuma isono sesizwe (19-22)
15
UJehova ngeke asishintshe isahlulelo sakhe (1-9)
UJeremiya uyakhalaza (10)
Impendulo kaJehova (11-14)
Umthandazo kaJeremiya (15-18)
UJeremiya uqiniswa nguJehova (19-21)
16
17
Isono sikaJuda siqoshiwe (1-4)
Izibusiso zokwethembela kuJehova (5-8)
Inhliziyo ekhohlisayo (9-11)
UJehova, ithemba lika-Israyeli (12, 13)
Umthandazo kaJeremiya (14-18)
Ukugcina iSabatha lingcwele (19-27)
18
Ubumba ezandleni zombumbi (1-12)
UJehova ufulathela u-Israyeli (13-17)
UJeremiya wakhelwa uzungu; ukuncenga kwakhe (18-23)
19
20
UPhashuri ushaya uJeremiya (1-6)
UJeremiya akanakuyeka ukushumayela (7-13)
UJeremiya uyakhalaza (14-18)
21
22
23
Abelusi abahle nababi (1-4)
Ukulondeka ngaphansi ‘kwendlalifa elungile’ (5-8)
Abaprofethi bamanga bayalahlwa (9-32)
‘Umthwalo’ kaJehova (33-40)
24
25
26
UJeremiya wesatshiswa ngokuthi uzobulawa (1-15)
UJeremiya usinda ekufeni (16-19)
Umprofethi u-Urija (20-24)
27
28
29
30
31
32
UJeremiya uthenga insimu (1-15)
Umthandazo kaJeremiya (16-25)
Impendulo kaJehova (26-44)
33
Isithembiso sokubuyiselwa (1-13)
Ukulondeka ngaphansi ‘kwendlalifa elungile’ (14-16)
Isivumelwano noDavide nabapristi (17-26)
34
35
36
UJeremiya ubizela uBharuki lokho okufanele akubhale emqulwini (1-7)
UBharuki ufunda ngokuzwakalayo emqulwini (8-19)
UJehoyakimi ushisa umqulu (20-26)
Umyalezo ubhalwa kabusha komunye umqulu (27-32)
37
Ukuhoxa kwamaKhaledi kungokwesikhashana (1-10)
UJeremiya uyaboshwa (11-16)
UZedekiya ubonana noJeremiya (17-21)
38
UJeremiya uphonswa emthonjeni (1-6)
U-Ebhedi-meleki utakula uJeremiya (7-13)
UJeremiya uncenga uZedekiya ukuba azinikele (14-28)
39
Ukunqotshwa kweJerusalema (1-10)
UJeremiya uzovikelwa (11-14)
Ukuphila kuka-Ebhedi-meleki kuzosindiswa (15-18)
40
UNebuzaradani ukhulula uJeremiya (1-6)
UGedaliya umiswa phezu kwezwe (7-12)
UGedaliya wakhelwa uzungu (13-16)
41
42
43
44
45
46
47
48
49
Isiprofetho esimelene no-Amoni (1-6)
Isiprofetho esimelene no-Edomi (7-22)
Isiprofetho esimelene neDamaseku (23-27)
Isiprofetho esimelene neKhedari neHazori (28-33)
Isiprofetho esimelene ne-Elamu (34-39)
50
51
52
UZedekiya uvukela iBhabhiloni (1-3)
UNebukhadinezari uvimbezela iJerusalema (4-11)
Ukubhujiswa kwedolobha nethempeli (12-23)
Abantu badingiselwa eBhabhiloni (24-30)
UJehoyakini uyakhululwa ejele (31-34)