Ikhasi Lesibili
June 22, 2001
Ingabe Kuyoba Namanzi Anele?
Ayikho into ethathwa kalula njengamanzi—kuze kube yilapho esephelile. Funda ukuthi kungani lokhu kwenzeka kakade kwezinye izingxenye zomhlaba nokuthi yini engenziwa ngako.
Isifunda saseFynbos eNingizimu Afrika sinezinkulungwane zezinhlobo zezitshalo ezingatholakali kwenye indawo emhlabeni.
Ingabe UNkulunkulu Uyoyizwa Imithandazo Yami? 25
Ungasithola kanjani isiqinisekiso sokuthi uNkulunkulu uyoyizwa imithandazo yakho? Ungasondela kanjani kuNkulunkulu?
[Imithombo Yesithombe ekhasini 2]
UN PHOTO 156663/John Isaac
Nigel Dennis