Ikhasi Lesibili
July 8, 2001
Ukudla Izidakamizwa—Likhona Ikhambi!
Yiziphi ngempela izidakamizwa eziyingozi? Kungani abantu beluthwa yizo? Ingabe likhona ikhambi lale nkinga elihlala njalo?
Abaningi bazovakashela eRoma kulo nyaka beya emhlanganweni wesigodi okhethekile woFakazi BakaJehova. IBari ingelinye idolobha elithakazelisayo okuzoqhutshelwa kulo umhlangano.
Igama LikaNkulunkulu Laguqula Ukuphila Kwami! 20
USandy Yazzie Tsosie wayephila kanzima ekamu lamaNavajo e-Arizona. Wayelizonda iBhayibheli, elibheka njengencwadi yabelungu. Washintshwa yini?