Uhlu Lokuphakathi
February 2006
Ukubhekana Nenselele Yokukhula
Umuntu angabhekana kanjani nezinselele zokukhula? Kulo magazini sinamacebiso angenza umuntu akwazi ukubhekana kangcono nokukhula.
4 Ukuphila Nezinselele Zokukhula
8 Ukujabulela Ubungqabavu Bobusha Phakade!
10 AmaPilgrim Kanye NamaPuritan—Ayengobani?
21 Ukuvakashela Isikhungo Sezitho Zokwenziwa
24 UMfula IThames—Ifa Eliyingqayizivele LaseNgilandi
I-Alhambra—Igugu LamaSulumane LaseGranada 14
Izigidi zezivakashi ziye zaya kule ndawo ekhexisayo ebonisa ubuciko bamaSulumane bokwakha futhi aziwuvali umlomo lapho zibona ubuhlakani bokusetshenziswa kwamanzi.
Ingabe Munye Kuphela UNkulunkulu Weqiniso? 28
Abantu bakhulekela onkulunkulu abaningi, kodwa ingabe munye kuphela uNkulunkulu weqiniso? Sazi kanjani?
[Umthombo Wesithombe ekhasini 2]
J. A. Fernández/San Marcos