Ubungaphendula Kanjani?
CHAZA UMFANEKISO
1. Umfanekiso kaJesu okuMathewu 13:3-9, 18-23 uthi imbewu yawela kuziphi izindawo ezine?
Dweba umugqa ohlanganisa impendulo ngayinye nesithombe.
․․․․․
․․․․․
․․․․․
․․․․․
2. Imbewu imelelani?
․․․․․
◼ Eningaxoxa Ngakho: Ungaqiniseka kanjani ukuthi inhliziyo yakho injengenhlabathi ekahle? Kungani kufanelekile ukuba wenze lowo mzamo?
KWENZEKA NINI?
Dweba umugqa ohlanganisa isenzakalo ngasinye nonyaka esenzeka ngawo.
1943 B.C.E. 1919 1770 1728 1473 1066
NGINGUBANI?
6. Ngangi-hlala e-Elikoshi futhi ngaprofetha ngeNineve.
NGINGUBANI?
7. Igama lomyeni wami wesibili lalisho ukuthi “Othandekayo.” Igama lomyeni wami wokuqala lalisho ukuthi “Oyisiwula.”
IMIBUZO ESEKELWE KULO MAGAZINI
Phendula le mibuzo, bese ubhala ivesi noma amavesi eBhayibheli afunekayo.
Ikhasi 8 Buzoqedwa kanjani ubuphekula? (Mika 4:____)
Ikhasi 9 Yini engenakufezwa intukuthelo yomuntu? (Jakobe 1:____)
Ikhasi 10 Imali ingaba yini? (UmShumayeli 7:____)
Ikhasi 28 Sasiyini isono sokuqala? (Genesise 3:____)
Izingane Zifuna Izithombe
Ungakwazi yini ukuthola lezi zithombe kulo magazini? Ngamazwi akho, chaza ukuthi kwenzekani esithombeni ngasinye.
(Izimpendulo zisekhasini 27)
IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31
1. Eceleni kwendlela, ezindaweni ezinamadwala, phakathi kwameva, enhlabathini ekahle.
2. Izwi loMbuso.
3. 1728 B.C.E.
4. 1943 B.C.E.
5. 1473 B.C.E.
6. UNahume.—Nahume 1:1.
7. U-Abhigayili.