Ubungaphendula Kanjani?
YISHO IZISHAYO EZIYISHUMI
Bhala uhlu lwezishayo ngokulandelana kwazo, bese udweba umugqa ohlanganisa impendulo nesithombe esifanele. (Phawula: Izithombe azihlelwanga ngokulandelana kwazo.)
1. ․․․․․
2. ․․․․․
3. ․․․․․
4. ․․․․․
5. ․․․․․
6. ․․․․․
7. ․․․․․
8. ․․․․․
9. ․․․․․
10. ․․․․․
NGINGUBANI?
11. Ngizichaza njengentombazane emnyama. Ngangeshelwa inkosi.
12. UPawulu wasikhuthaza mina noSintike ukuba sibe mqondo munye eNkosini.
IMIBUZO ESEKELWE KULO MAGAZINI
Phendula le mibuzo, bese ubhala ivesi noma amavesi eBhayibheli afunekayo.
Ikhasi 3 Yini engenzeka kuwe uma uthanda imali? (1 Thimothewu 6:____)
Ikhasi 8 Inhliziyo yakho iyohlala ikuphi? (Mathewu 6:____)
Ikhasi 21 Yini indlela yethu yokuphila okumelwe ingabi nayo? (Hebheru 13:____)
Ikhasi 28 Yini okufanele ayikhumbule umuntu ofihlayo ukuthi uthandana nothile? (Hebheru 4:____)
Izingane Zifuna Izithombe
Ungakwazi yini ukuthola lezi zithombe kulo magazini? Ngamazwi akho, chaza ukuthi kwenzekani esithombeni ngasinye.
(Izimpendulo zisekhasini 19)
Izimpendulo Zemibuzo Esekhasini 31
1. INayile yaphenduka igazi.—Eksodusi 7:19-21.
2. Amaxoxo.—Eksodusi 8:5-14.
3. Izinsensane.—Eksodusi 8:16-19.
4. Izibawu.—Eksodusi 8:21-24.
5. Isifo esiwumshayabhuqe esaqothula imfuyo.—Eksodusi 9:1-6.
6. Amathumba.—Eksodusi 9:8-11.
7. Isichotho.—Eksodusi 9:22-26.
8. Izinkumbi.—Eksodusi 10:12-15.
9. Ubumnyama.—Eksodusi 10:21-23.
10. Ukufa kwamazibulo.—Eksodusi 12:12, 29.
11. Intombi yomShulamiti.—IsiHlabelelo SeziHlabelelo 1:1-6.
12. U-Evodiya.—Filipi 4:2.