Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g 5/10 kk. 24-31
  • Ukubukeza Komkhaya

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ukubukeza Komkhaya
  • I-Phaphama!—2010
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ingabe Kwakuyisinqumo Esihle?
  • YINI OYAZIYO NGENKOSI UJEHOSHAFATI?
  • IZINGANE ZIFUNA IZITHOMBE
  • IMIBUZO ESEKELWE KULO MAGAZINI
  • IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31
  • Ukubukeza Komkhaya
    I-Phaphama!—2010
  • Ubungaphendula Kanjani?
    I-Phaphama!—2008
  • Ukubukeza Komkhaya
    I-Phaphama!—2010
  • Ukubukeza Komkhaya
    I-Phaphama!—2010
Bheka Okunye
I-Phaphama!—2010
g 5/10 kk. 24-31

Ukubukeza Komkhaya

Ingabe Kwakuyisinqumo Esihle?

Funda uMarku 14:66-72. Manje bheka lesi sithombe, bese ubhala izimpendulo zakho emigqeni engezansi.

1. Isenzakalo esisesithombeni senzeka kuphi?

UMKHONDO: Funda uMarku 14:53, 54.

․․․․․

2. Lapho ebizwa ngomlandeli kaJesu, uPetru wenza siphi isinqumo?

․․․․․

3. Kwenzekani ngemva kokuba iqhude likhale okwesibili?

․․․․․

ENINGAXOXA NGAKHO:

Ucabanga ukuthi kungani uPetru asabela ngendlela asabela ngayo? Ungakugwema kanjani ukwenza iphutha elifanayo?

YINI OYAZIYO NGENKOSI UJEHOSHAFATI?

4. UJehoshafati wasithuthukisa kanjani isimiso sokwahlulela kwaJuda?

UMKHONDO: Funda eyesi-2 IziKronike 19:5-11.

․․․․․

5. Yiliphi iphutha elenziwa uJehoshafati?

UMKHONDO: Funda eyesi-2 IziKronike 18:1-3; 19:1-3.

․․․․․

ENINGAXOXA NGAKHO:

Isiphi isifundo ongasifunda kuJehoshafati lapho ukhetha abangane?

UMKHONDO: Funda eyoku-1 Korinte 15:33.

IZINGANE ZIFUNA IZITHOMBE

Ungakwazi yini ukuthola lezi zithombe kulo magazini? Ngamazwi akho, chaza ukuthi kwenzekani esithombeni ngasinye.

IMIBUZO ESEKELWE KULO MAGAZINI

Phendula le mibuzo, bese ubhala ivesi noma amavesi eBhayibheli afunekayo.

IKHASI 4 Yini okufanele sizihlanze kuyo? 2 Korinte 7:․․․

IKHASI 5 Yini ababili abangayenza ndawonye? UmShumayeli 4:․․․

IKHASI 19 Kukuphi lapho abahlakaniphile bengalibeki khona ithemba labo? 1 Thimothewu 6:․․․

IKHASI 27 Yini oyojabula kakhulu uma uyenza? IzEnzo 20:․․․

● Izimpendulo zisekhasini 24

IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 31

1. Egcekeni lomuzi wompristi ophakeme.

2. UPetru wanquma ukuphika ukuthi uyamazi uJesu.

3. UPetru wakhala.

4. UJehoshafati wamisa abahluleli abesaba uNkulunkulu emizini kanye namaLevi nabapristi eJerusalema.

5. Wazibandakanya nenkosi embi u-Ahabi.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela