Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g 3/12 kk. 22-31
  • Ukubukeza Komkhaya

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ukubukeza Komkhaya
  • I-Phaphama!—2012
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Uyini Umehluko Kulezi Zithombe?
  • Wagcine Bese Uwafunda Kamuva
  • Abantu Namazwe
  • Izingane Zifuna Izithombe
  • IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 30 NO-31
  • Ukubukeza Komkhaya
    I-Phaphama!—2012
  • Ukubukeza Komkhaya
    I-Phaphama!—2012
  • Ukubukeza Komkhaya
    I-Phaphama!—2012
  • Ukubukeza Komkhaya
    I-Phaphama!—2011
Bheka Okunye
I-Phaphama!—2012
g 3/12 kk. 22-31

Ukubukeza Komkhaya

Uyini Umehluko Kulezi Zithombe?

Ungakwazi yini ukubona izici ezintathu ezingafani phakathi kwesithombe esingu-A nesingu-B? Bhala izimpendulo zakho emigqeni engezansi bese uqedela isithombe ngokusifaka imibala.

UMKHONDO: Funda eyoku-1 Samuweli 16:1-3, 6-13.

1. ․․․․․

2. ․․․․․

3. ․․․․․

4. Isiphi isithombe esinembile, isithombe A noma isithombe B?

ENINGAXOXA NGAKHO:

Yini uJehova ayibonayo uma ebheka umuntu? Lisho ukuthini iBhayibheli uma lithi ‘uJehova ubona inhliziyo’?

UMKHONDO: Funda uJeremiya 17:10.

Kubaluleke kangakanani ukubukeka komuntu kwangaphandle kuJehova?

UMKHONDO: Funda IzAga 11:22; 31:30; 1 Petru 3:3, 4.

Iziphi izimfanelo eziyokwenza ube muhle emehlweni kaJehova?

UMKHONDO: Funda uLuka 10:27; 2 Petru 1:5-8.

ENINGAKWENZA NJENGOMKHAYA:

Fundani eyabaseGalathiya 5:22, 23. Bhalani imfanelo ngayinye ephepheni elihlukile. Khethani ilungu elilodwa lomkhaya bese ninamathisela imfanelo eyodwa emhlane walo. Ningamvumeli lowo muntu abone ukuthi iyiphi leyo mfanelo. Lowo muntu makazame ukuqagela leyo mfanelo ngokubuza imibuzo mayelana nayo. Amanye amalungu omkhaya anganikeza impendulo enguyebo noma ucha kuphela.

Wagcine Bese Uwafunda Kamuva

Wasike, uwasonge bese uwabeka

IKHADI LEBHAYIBHELI 15 UDAVIDE

IMIBUZO

A. UDavide noJesu bazalelwa kumuphi umuzi?

A. Lapho esengumfana, uDavide wayengu ․․․․․ ngesibindi wabulala i ․․․․․ ne ․․․․․

C. Qedela la mazwi kaDavide: “Wena, Solomoni ndodana yami, yazi . . . ”

[Ishadi]

4026 B.C.E. 1 C.E. 98 C.E.

Ukudalwa kuka-Adamu Waphila ngawo Kwalotshwa incwadi

1000 B.C.E. yokugcina yeBhayibheli.

[Ibalazwe]

Wasuka eBhetlehema waya eJerusalema

IJerusalema

IBhetlehema

Walwa noGoliyati ethafeni eliphansi lase-Elahi.—1 Samuweli 17:2

Ithafa eliphansi lase-Elahi

UDAVIDE

UMLANDO

Indodana kaJese kanye neNkosi yakwa-Israyeli yesibili. UDavide, imbongi nomculi onekhono wabhala amahubo angaphezu kuka-73. Ngokuthobeka wafuna isiqondiso sikaJehova ekuphileni kwakhe. (1 Samuweli 23:2; 30:8; 2 Samuweli 2:1) UJehova wabiza uDavide ngokuthi “umuntu ovumelana nenhliziyo yami.”—IzEnzo 13:22.

IZIMPENDULO

A. EBetlehema (eJudiya).—Johane 7:42.

B. Umalusi, ibhubesi, ibhere.—1 Samuweli 17:34, 35; IHubo 78:70, 71.

C. “. . . uNkulunkulu kayihlo futhi umkhonze ngenhliziyo ephelele.”—1 IziKronike 28:9.

Abantu Namazwe

5. Igama lami ngingu-Olivia. Ngineminyaka eyisithupha, ngihlala e-Indonesia. Ucabanga ukuthi bangaki oFakazi BakaJehova abahlala e-Indonesia? Ingabe bangu-22 300, 42 800 noma 63 900?

6. Iliphi ichashazi elibonisa izwe engihlala kulo? Likokelezele, bese ubeka ichashazi lapho wena uhlala khona futhi ubone ukuthi ukude kangakanani ne-Indonesia.

A

B

C

D

Izingane Zifuna Izithombe

Ungakwazi yini ukuthola lezi zithombe kulo magazini? Ngamazwi akho, chaza ukuthi kwenzekani esithombeni ngasinye.

Ukuze uzitholele amakhophi engeziwe esithi “Ukubukeza Komkhaya,” yiya engosini ethi www.pr2711.com

● Izimpendulo “ZOKUBUKEZA KOMKHAYA” zisekhasini 22

IZIMPENDULO ZEMIBUZO ESEKHASINI 30 NO-31

1. Kukhona imbuzi kwesinye isithombe kanti kwesinye kukhona inkomo.

2. Kukhona indodakazi kwesinye isithombe kodwa ayikho kwesinye.

3. Kukhona igabha lewayini lesikhumba kwesinye isithombe kanti kukhona uphondo olunamafutha kwesinye.

4. B.

5. 22 300.

6. D.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela