Uhlu Lokuphakathi
April 2013
© 2013 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania. All rights reserved.
ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI: Ukuphela Kobudlova Basekhaya 8-11
16 Ngena Engosini Yethu Ngokushesha!
THOLA OKWENGEZIWE
INTSHA
INTSHA IYABUZA . . .
Ngenzenjani Uma Ngixhashazwa?
“Angisoze ngawalibala amagama ababengibiza ngawo noma izinto ababezisho kimi,” kusho uCeline, oneminyaka engu-20. “Babengenza ngizizwe ngingelutho, ngingafunwa futhi ngingelusizo lwalutho. Kwakungaba ngcono bavele bangishaye.” Lesi sihloko esikuyi-Internet siphendula imibuzo enjengale: Kungani izingane zixhaphaza ezinye? Obani abasengozini yokuxhashazwa? Yini ongayenza uma uxhashazwa?
(Bheka ngaphansi kwesithi IZIMFUNDISO ZEBHAYIBHELI/INTSHA)
IZINGANE
Funda izindaba zeBhayibheli ezilandiswa ngezithombe. Sebenzisa la makhasi anezithombe ukuze usize izingane zakho zithuthukise ulwazi lwazo ngabalingiswa baseBhayibhelini kanye nezimiso zokuziphatha.
(Bheka ngaphansi kwesithi IZIMFUNDISO ZEBHAYIBHELI/IZINGANE)