Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g19 No. 2 k. 16
  • Okunye Okungasiza Abazali

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Okunye Okungasiza Abazali
  • I-Phaphama!—2019
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Okunye Okungasiza Imindeni
    I-Phaphama!—2018
  • Usizo Lukhona
    IPhaphama!—2020
  • Singazitholaphi Izimpendulo Zemibuzo Ebalulekile Ekuphileni?
    Singazitholaphi Izimpendulo Zemibuzo Ebalulekile Ekuphileni?
  • Lingakusiza Kanjani IBhayibheli?
    Phila Kuze Kube Phakade!—Izifundo ZeBhayibheli
Bheka Okunye
I-Phaphama!—2019
g19 No. 2 k. 16

Okunye Okungasiza Abazali

Owesifazane ufunda iBhayibheli

Kungenzeka uphawulile ukuthi izeluleko ezikulo magazini zithathwe eBhayibhelini. IBhayibheli lineziqondiso ezinhle kakhulu ezisiza umuntu ngamunye emndenini ukuze akujabulele ukuphila. Imithetho ekulo ingathuthukisa indlela umuntu abheka ngayo izinto, imsize akwazi ukwenza izinqumo ezinhle.—IzAga 1:1-4.

IBHAYIBHELI LIPHENDULA IMIBUZO EBALULEKILE EKUPHILENI, NJENGETHI:

  • Kungani siphila?

  • Ingabe kufanele sisole uNkulunkulu ngezinkinga esibhekana nazo?

  • Siyaphi uma sesishonile?

Sikumema ukuba uzihlolele ngokwakho ukuthi iBhayibheli liyiphendula kanjani le mibuzo neminye. Skena le khodi, noma ungene kuyiwebusayithi ethi jw.org/zu ukuze ubukele ividiyo ethi Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli?

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela