Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g19 No. 3 kk. 14-15
  • Incwadi Ewusizo Kakhulu Emlandweni

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Incwadi Ewusizo Kakhulu Emlandweni
  • I-Phaphama!—2019
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • UKUHUNYUSHWA NOKUSAKAZWA KWEBHAYIBHELI
  • FUNDA OKWENGEZIWE
  • OFAKAZI BAKAJEHOVA NEBHAYIBHELI
  • I-NGUQULO YEZWE ELISHA
  • INququlo Yezwe Elisha Yaziswa Yizigidi Emhlabeni Wonke
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova-2001
  • Ukunyathelisa Nokusakaza IZwi Elingcwele LikaNkulunkulu Uqobo
    OFakazi BakaJehova—Abamemezeli BoMbuso KaNkulunkulu
  • Ingqopha-mlando Kubathandi BeZwi LikaNkulunkulu
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova-1999
  • Indlela Esalithola Ngayo IBhayibheli
    I-Phaphama!—2007
Bheka Okunye
I-Phaphama!—2019
g19 No. 3 kk. 14-15
Owesifazane ufunda iBhayibheli

Incwadi Ewusizo Kakhulu Emlandweni

IBhayibheli liye lahunyushwa futhi lasakazwa kabanzi emhlabeni wonke. Ngakho ukuhlakanipha kwalo kuye kwafinyelela futhi kwasiza abantu abaningi ukwedlula noma iyiphi enye incwadi. Ake sicabangele lezi zibalo:

UKUHUNYUSHWA NOKUSAKAZWA KWEBHAYIBHELI

AmaBhayibheli anqwabelene
  • u-96.5% wabantu emhlabeni uyakwazi ukuthola iBhayibheli

  • Litholakala ngezilimi ezingu-3 350 (LIPHELELE NOMA LIYINGXENYE)

  • Cishe angu-5 000 000 000 amakhophi eBhayibheli akhiqiziwe, ukwedlula noma iyiphi enye incwadi emlandweni

FUNDA OKWENGEZIWE

NGENA KUYIWEBUSAYITHI YETHU ETHI JW.ORG/ZU. LAPHO UNGA:

  • Funda iBhayibheli kuyi-inthanethi (litholakala ngamakhulu ezilimi)

  • Dawuniloda ikhophi yeBhayibheli

  • Thola izimpendulo zemibuzo yeBhayibheli

  • Funda ukuthi iBhayibheli liye lakuthuthukisa kanjani ukuphila kwabantu abaningi

  • Tadisha iBhayibheli kuyi-inthanethia

  • Cela isifundo seBhayibheli

OFAKAZI BAKAJEHOVA NEBHAYIBHELI

OFAKAZI BAKAJEHOVA BANENGXENYE EKUHUMUSHENI NASEKUSAKAZENI IBHAYIBHELI.

Lezi, ezinye izinguqulo esiye sazisakaza eminyakeni edlule:

  • I-American Standard Version yango-1901

  • I-Bible in Living English kaByington

  • I-Emphatic Diaglott

  • I-King James Version

  • I-Revised Standard Version

  • I-New Testament kaTischendorf

I-NGUQULO YEZWE ELISHA

Igrafu ebonisa ukukhiqizwa kwe-Nguqulo Yezwe Elisha yango 1950 kuya ku-2020
  • zingu-180+ izilimi elitholakala ngazo (LIPHELELE NOMA LIYINGXENYE)

  • AYIZIGIDI EZINGU-227 AMAKHOPHI E-NGUQULO YEZWE ELISHA AKHIQIZIWE KUSUKELA NGO-1950

a Okwamanje ungalithola ngesiNgisi nangesiPutukezi. Kusazokwenezelwa nezinye izilimi

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela