Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Ssb ingoma 72
  • Injabulo Nezithelo Zenkonzo YoMbuso

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Injabulo Nezithelo Zenkonzo YoMbuso
  • Hubani Izindumiso ZikaJehova
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ukuhlangabezana Nezimfuneko ZikaNkulunkulu
    Hubani Izindumiso ZikaJehova
  • Hlanganyela Enjabulweni Yokupha!
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova-2001
  • Inkonzo Engcwele Njengomkhaya
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1982
  • Masishumayele Lezizindaba Ezinhle ZoMbuso
    Hubani Izindumiso ZikaJehova
Bheka Okunye
Hubani Izindumiso ZikaJehova
Ssb ingoma 72

INgoma 72

Injabulo Nezithelo Zenkonzo YoMbuso

(Mathewu 5:12)

1. Enkonzweni yeNkos’ uJehova,

Sithol’ injabulo enkulu,

Ngoba s’shumayel’ indab’ ezinhle

Ez’duduza bonke abantu (abantu).

Kunjengob’ uJesu asitshela:

Kubusisekile ukupha.

Yini eny’ engcono esinayo

Ngaphandle kweqiniso lokuphila?

2. Noma s’shumayel’ endlini ngendlu,

S’hlangana nabahlek’ usulu,

Ngesibindi siyazimisela,

Sigcina ubuqotho bethu (buqotho).

Uma sishushiswa kabuhlungu

Ngokudumisa uJehova,

Sinenjabulo siyangqabitha,

Ngoba nabaphostoli bahlupheka.

3. Yek’ injabulo esenkonzweni.

Njengoba sihamba noJesu;

Shumayela ngosuku lweNkosi,

Udumise uNkulunkulu (uBaba)!

Sinethemba kwabafun’ uk’bona

Izwe elingenab’ ububi.

Lokhu kusinika injabulo

Nal’ ithemba lokuphil’ ok’ngapheli.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela