Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Ssb ingoma 113
  • SingoFakazi BakaJehova!

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • SingoFakazi BakaJehova!
  • Hubani Izindumiso ZikaJehova
  • Indaba Ethi Ayifane
  • SingoFakazi BakaJehova!
    Hubelani UJehova
  • SingoFakazi BakaJehova!
    ‘Culela UJehova Ngenjabulo’
  • Ukuphila Okungenasiphelo—Ekugcineni!
    Hubani Izindumiso ZikaJehova
  • Ukuphila Okuphakade Kuthenjisiwe
    Hubani Izindumiso ZikaJehova
Bheka Okunye
Hubani Izindumiso ZikaJehova
Ssb ingoma 113

INgoma 113

SingoFakazi BakaJehova!

(Isaya 43:10-12)

1. ‘Bantu benz’ izithombe,

INkosi bay’shiyile.

Yon’ inguSomandla,

Ubonisiwe.

Izithomb’ aziboni

Okuseza phambili.

KoFakazi ziyahluleka,

Ngoba azinaw’ amandla.

(Chorus)

2. ‘Ningofakazi bami,’

Kusho yena uMdali.

‘NginguNkulunkulu

Wenu neNkosi.

Nina ngani sindisa

Enkolweni yamanga.

MemezeIan’ igama lami

Nibe ngoFakazi bami.’

(Chorus)

3. Uk’fakaza k’dumisa

Igama l’kaJehova.

Abalithukayo

Bayaxwayiswa.

Bangaxolelwa futhi

Nxa bephenduka futhi.

Uk’fakaza k’leth’ injabulo

Nethemba lok’phila njalo.

(CHORUS)

S’ngoFakazi BakaJah;

Sikhuluma nges’bindi.

SineNkosi yesiprofetho;

Kuyenzeka ek’shilo.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela