Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • Ssb ingoma 123
  • Qhubekela Phambili!

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Qhubekela Phambili!
  • Hubani Izindumiso ZikaJehova
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Qhubekela Phambili!
    Hubelani UJehova
  • Qhubekela Phambili!
    ‘Culela UJehova Ngenjabulo’
  • “Endlini Ngendlu”
    ‘Culela UJehova Ngenjabulo’
  • “Ukukhanya Kwenu Makukhanye”
    ‘Culela UJehova Ngenjabulo’
Bheka Okunye
Hubani Izindumiso ZikaJehova
Ssb ingoma 123

INgoma 123

Qhubekela Phambili!

(Heberu 6:1)

1. Qhubekela phambili ek’vuthweni!

Kuyintando kaBaba sibe nobungcweti.

Zama ukuthuthuka ensimini,

Khona-ke uyobusiswa.

Banay’ indawo bonk’enkonzweni;

Kungumsebenz’ eyawenz’ iNkosi.

Thembela kuJehov’ ukuz’ ungawi.

Melelanjal’ ukulunga.

2. Qhubekela phambili wena nceku!

Shumayela ngoMbuso kubo bonk’abantu.

Ngenjabulo dumis’ uNkulunkulu

Ngokufakaz’ emizini.

Noma izitha zifak’ ingebhe

Ungahlehli, benze bezwe bonke.

Ukuthi uMbuso ususondele.

Iqiniso mabalazi.

3. Qhubekela phambili landelela.

Thuthukisa ikhono umsebenz’uyanda!

Cel’ umoya kaJah ukuph’amandla,

Uyothola nenjabulo.

Uthande bonke abazalwane;

Nihlanganyel’ im’hlangano yonke.

Basize bathuthuke nsuku zonke,

Nibe ukukhanya njalo.

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela