INgoma 169
INgoma Entsha
1. Hubel’ iNkosi ingom’ entsha yenjabulo;
Wazise ngezenzo zayo ezenzayo.
Bonga iNgalo nesandla sayo sok’nqoba;
YahluIel’ isintu sonke ngokulunga.
(Chorus)
2. Khamulukani kuJehova mhlaba wonke;
HubeIan’ iNkosi, nonke nijabule.
Bong’ uJehova yenanelani ngodumo;
Mbethelen’ ugubhu kanye necilongo.
(Chorus)
3. Maluhlokome ulwandle nok’gcwala kwalo;
Abasemhlabeni badumise njalo.
Izikhukhula nemifula kuthokoze,
Amagquma nazo i’ntaba k’dumise.
(CHORUS)
Hubani! LeNgoma emnandi (Ngoma).
Hubani! UJah uyiNkosi.