‘Izwe Elihle Nelibanzi’
ESIHLAHLENI esivuthayo uNkulunkulu watshela uMose ukuthi ‘wayezokhulula [abantu baKhe] esandleni sabaseGibhithe abayise ezweni elihle nelibanzi, ezweni eligeleza ubisi noju.’—Eks 3:8.
La mabalazwe amabili enziwe nge-computer angase akusize ubone ukuthi izifunda nesimo seZwe Lesithembiso kwakuhlukahluke kanjani. (Ukuphakama kwendawo kukhuliswe ngamabomu ukuze ubone kahle.) Bheka i-graph enemibalabala ukuze ubone ukuthi indawo iphakeme kangakanani ukusuka olwandle.
Ishadi lisinikeza enye yezindlela zokubonisa isimo semvelo sezifunda zaleli zwe. Encwadini ethi “Yonke ImiBhalo Iphefumlelwe UNkulunkulu Futhi Inenzuzo” (ISifundo 1, amakhasi 270-8) nakwethi Insight on the Scriptures (UMqulu 2, amakhasi 568-71)a ungathola incazelo yalezi zifunda ehambisana nezikhombo zeBhayibheli.
[Umbhalo waphansi]
a Zinyatheliswa oFakazi BakaJehova.
[Ishadi/Amabalazwe ekhasini 12, 13]
(Ukuze ubone ukuthi indaba ihlelwe kanjani, bheka encwadini)
Ukuma Kwamazwe
Ishadi Elibonisa Isimo Sezifunda
A. Ugu LoLwandle Olukhulu
B. Amathafa Asentshonalanga YeJordani
1. IThafa Lakwa-Asheri
2. Indawo YaseDori Egudle Ulwandle
3. Amadlelo AseSharoni
4. IThafa LaseFilistiya
5. ISigodi Esimaphakathi Nempumalanga-ntshonalanga
a. IThafa LaseMegido
b. IThafa Eliphansi LaseJizreyeli
C. Izintaba Ezisentshonalanga YeJordani
1. Amagquma AseGalile
2. Amagquma AseKarmeli
3. Amagquma AseSamariya
4. IShefela (amagquma angaphakeme)
5. Izwe LakwaJuda Elinezintaba
6. Ihlane LakwaJuda
7. INegebhi
8. Ihlane LasePharanu
D. I-Araba (IRift Valley)
1. IHula Basin
2. Indawo YasoLwandle LwaseGalile
3. ISigodi SaseJordani
4. ULwandle Lukasawoti (ULwandle Olufile)
5. I-Araba (eningizimu yoLwandle Lukasawoti)
E. Izintaba/Amazwe Andlalekile Empumalanga YeJordani
1. IBhashani
2. IGileyadi
3. Kwa-Amoni NakwaMowabi
4. IThafa Lakwa-Edomi Elinezintaba
F. Izintaba ZaseLebhanoni
[Ibalazwe]
INt. IHermoni
KwaDani
IJerusalema
IBheri-sheba
Ibalazwe Elibonisa IZwe Lesithembiso
amamitha amafidi
2 500 7 500
2 000 6 000
1 500 4 500
1 000 3 000 Izwe LakwaJuda Izwe
Elinezintaba LakwaMowabi
500 1 500
IShefela Ihlane
IThafa LakwaJuda
LaseFilistiya IRift
0 0 (Ukuphakama Kolwandle) Valley
ULwandle Lukasawoti
-500 -1 500
[Isithombe ekhasini 13]
INt. IHermoni (2 814 m; 9 232 ft)
[Isithombe ekhasini 13]
Ugu loLwandle Lukasawoti; indawo ephansi kunazo zonke emhlabeni (amamitha angaba ngu-400, amafidi angu-1 300, ngaphansi kolwandle)