Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • sn ingoma 7
  • Ukuzinikezela KobuKristu

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ukuzinikezela KobuKristu
  • Hubelani UJehova
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ukuzinikezela KobuKristu
    ‘Culela UJehova Ngenjabulo’
  • Ukuzinikezela KobuKristu
    Hubani Izindumiso ZikaJehova
  • Bazinikezele—Kubani?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1995
  • Kungani Kufanele Uzinikezele KuJehova?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2010
Bheka Okunye
Hubelani UJehova
sn ingoma 7

INgoma 7

Ukuzinikezela KobuKristu

Uhlelo Oluprintiwe

(Hebheru 10:7, 9)

1. UNkulunkul’ uJehova

Wenz’ indalo yonke,

Umhlaba nes’bhakabhaka,

Konke kungokwakhe.

Ukuphila kuyisipho

Esivela kuye.

Ufanelwe ukudunyiswa

Yindalo yakhe yonke.

2. UJesu wabhapathizwa,

Egcwalis’ uk’lunga.

Intando kaYise wathi,

‘Ngiz’nikel’ uk’yenza.’

Nxa ephuma eJordani

Esengogcotshiwe,

Wayezokhonza ngobuqotho

NjengeNkos’ ez’nikele.

3. Siza kuwena Jehova,

Sizokudumisa.

Sizithoba ngenhliziyo;

Siyaz’nikezela.

Wanikela ngeNdodana,

Yaba isihlengo.

Asisaziphileli thina,

Senza intando yakho.

(Bheka noMath. 16:24; Marku 8:34; Luka 9:23.)

    Zulu Publications (1975-2025)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2025 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela